Amaparts omzimba ayephikisana!!!
Ngubani oqakathekileyo??
umlomo: "mina nxa ngingahlafunanga kubi"
Izandla " mina nxa ngibambanga basop?!"
Inyawo: " mina nxa ngingahambanga dwee"
Amehlo: " lingakhohlwa kubona mina la....!
Amakala : "mina nginga phefumulanga akulanto ehambayo "
Izibunu : " guys mina......."
BEFORE IZIBUNU AQEDE WEQA UMLOMO
Mlomo: " njengawe mdidi thula uyanuka "
Indlebe :" mina ngingazwanga ke?"
umdidi: " guys...?!!!
bahle bawuthulisa umdidi ungakakhulumi, wabopha umdidi wabopha mfi umlomo wadla wagcwalisa isisu umdidi wabopha kakhulu.
Mbayimbayi kwezakala sezincenga :
"eta mdi,ehh mdidalo,ola mdidington, mdivine vula phela bhudas..."